Home ISOKA LAMI ISOKA LAMI 😊 P63 ISOKA LAMI 😊 P63 BankJobsPakistan September 17, 2023 0 ISOKA LAMI 😊 P63"Ngiyabonga mphakathi wakithi ngicabanga ukuthi umhlangano uphelile Nani niyezwa nje ukuthi umamthembu uyathembisa ukuthi cha uzpyiphathisa okwengane yakhe lengane meke wenza okuphecelezi Ngeke esadingiswa kodwa usezobulawa ngyabonga Kusho uzulu abantu besukuma besaphazeka begoduka uzinhle ayohaga untombenhle"Mnganami ngyaxolisa ngayo Yonke lento osudlule kuyo Kusho uzinhle ecamele ehlombe la Ntombenhle"Ngiyabonga mngani kodwa mina nje angimthembi lomfazi ukuthi ushintshile lento ayishoyo ukuthi uphambi kwabantu nje ingwe ayikwazi ukuzishintsha amabala Kusho untombenhle"Ayyyy Phela meke nje wenza okubhedayo uyafa angithi umzwile ubabu Zulu ukuthi uthen Kusho uzinhle"Yah asthembe nje ukuthi naye uzwile mngani anyway mngani senginefoni Manje sesoxhumana ezinkundleni zokuxhumana oe sishuthe Kusho untombenhle emoyizela"Awusangitsheli oe wow yaze yayinhle woza sithathe isthombe Phela mngani uyazi Nawe ukuthi mina ne camera sika nje Kusho uzinhle ehleka beshe beshutha umandlovu wahamba wayokhuluma nomamthembu "Mamthembu ngizocela ukuthi umtana Lo untombenhle ahambe Nathi sibuyele naye emuva sizombuyisa kusasa mongenankinga kodwa Kusho umandlovu"Ayikho inkinga ningamthatha kodwa kusasa nimubuyise Kusho umamthembu bevalelisane qede bahambe bangene ezimotweni untombenhle wangena no Sandile bahamba"Khululeka sthandwa Sami ngiyazi ukuthi lesisnqumo esithathwe uzulu awusithandi Kanti nami futh angisithandi kodwa namhlanje ngizolanda inyanga yasekhaya izokuqisa ngikwenze ukuthi Yonke into abazoyenza kuwena engenzeki kodwa kushayeke bona abantu abazobe bekwenza okubi Yebo uqinile kodwa Manje ngifuna nanomubani okwenza okubi kuwe kungafiki kodwa kuye kumnikazi wayo leyonto ingakho ngicele uma ukuthi akhulume no mamthembu ukuthi uphinde uhambe nathi Kusho usandile eshayela"Mmmh ngiyakuzwa Sandile futh ngyabonga Kusho untombenhle engenamndladla nje ngoba le yokuyohlala nomamthembu akayizwa nje nhlobo umamthembu no Buhl Kanye nozakhele bangna endlinx Tags ISOKA LAMI Facebook Twitter Whatsapp Newer Older