ISOKA LAMI😊 P62

BankJobsPakistan
0

ISOKA LAMI😊 P62


"Ehhh njengabantu abaphethe izigodi zangakuthi sike sabonisana la ukuthi cha akekho umuntu ongaphila impilo angayithandi lukho kushukuthi kulesizwe kulesisgodi akekho oyoganiswa ngenkani ingakhoke ngizocela untombenhle asukume Kusho uzulu njengoba untombenhle esukuma nje "Ntombenhle ngizobuz la ngabe uyamthanda Yini lomfo ongu zakhele ukuthi ungaba umkakhe kubuza uzulu


"Ngyabonga baba ngombuzo ongibuza Wona ngicela ukuwuphendula ekuqaleni nje baba Lo zakhele angimazi angikaze ngamazi ubuhle ubengumngani wami ngihamba naye nsuku Zonke mangiya eskoleni or ngibuya futhi kodwa angikaze ngizwe ukuthi unomalume ongu zakhele yena Lo osengikhokhele namalobolo impela uzakhele Lo akakaze afike kumina azozibika

 njengebhungu kodwa ufike kumina esethi uzolala nami ngoba ngizoba umkakhe eqinisweni angimthandi uzakhele futh angiboni ukuthi bengizomthanda noma kuthiwa ufikile kumina wazongimisa Kabi ezibika impendulo baba ithi cha angimthandi Kusho untombenhle ekhala
"Ngyabonga Ntombenhle usungahlala phansi njengoba nizizwele nje intombi le ayimthandi lomfo angithembeke ukuthi ngeke uphinde ube khona lomhlangano ngoba konke kusobala e mamthembu Nawe ndodakazi yAkhe Kanye Nawe zakhele anginidingisi aniyi ndawo ngoba nakhu Phela ubaba ka ntombenhle ubeke kwacaca ukuthi indodakazi yakhe le besephisane ngayo kumuntu ngale kokuzibika Kanti futh uzondi ushadile no mamthembu kodwa yena umamthembu uhlukumeza ingane yamyeni wakhe okushukuthi ngeke akwazi untombenhle ukuthi aqhubeke ayohlala nomamthembu kodwa futh engakwazi ukuthi ahlale nabo mokukuthi umamthembu uyathembisa phambi kwethu Sonke ukuthi lengane uzoyiphathisa kwengane yakhe uzoqhubeka ayohlala nabo ngicela usitshele mamthembu Wena ukuthi uthini ngalokhu Kusho uzulu


"Cha baba NGITHI angixolise mokuthi untombenhle Lo bezizwa uhlukumezekile uma ngizama ukumbonisa njengomzali ngyaxolisa ngane Yami kusukela Manje ngizokwenza ngancono ngikukhombise uthando okufunayo Kusho umamthembu ezithoba ebheka phansi
x

Tags

Post a Comment

0Comments

Please Select Embedded Mode To show the Comment System.*

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !