"Ngiyabonga zingane zami indlela eniziphethe ngayo ngayo nje ngibonge nakuwe Zinhle ngokuhlalisa untombenhle la nifana nezingane zami nobabili Kusho uzondi ebabuka bobabili "Syabonga baba manje baba uzoqala Nini ukusifundisa ukushayela kubuza untombenhle
"Soqala nomi kusasa VELE ngisakhona nje la ngizoqala kumaka Zinhle ngiyomazisa ukuth ngizonifundisa ukushayela uzinhle ngicela abe ngapha kancane kodwa uzombona usuku no suku soya kombona Kusho uzondi enoyizela
"Wow baba syabonga kakhulu besho bemkokishela bemhaga "Hambani niyolala manje nami ngilale ngikhathele siphumuleni Kusho uzondi njengoba besukuma behamba nje bafika ekameren bahlala