ISOKA LAMI😊 P61

BankJobsPakistan
0

 ISOKA LAMI😊 P61


"yebo ngiyazi ulotsholiwe untombenhle ngikhuluma nje umkhwenyana wakwami uzishaye zaphelela kuchaza uzondi efonini
"📲Ayyyy ngiyezwa nomzane ngiyabonga ngeskhathi sakhe Kusho uzulu evala ifoni ngicabanga ukuthi nizizwele ukuthi uyise ka ntombenhle Kusho uzulu

"Baba ngenkulu inhlonipho mina angiyazi lento eshiwo u baba into eyayivele ihleliwe le Manje ngicela ningithembe angisiye umfazi womuntu mna ayikho Yonke lento eshiwo ubaba Kusho untombenhle esekhala Manje elekhe emthulise njalo usandile eceleni kwakhe lapho umamthembu ulokhe ebuka untombenhle ehleka kancane


"Ndlovu ngicela ukuhleba Nawe Kusho uzulu ekhulumela phansi nangampela baphume beyokhuluma 
"Gatsheni into ezothiwani le Phela mokuthi ulotsholiwe lentombazane asikho isidingo salelicala abathweswa Lona ka Mthembu ngoba Phela indoda iyazilungisela unkosikazi wakh Kusho uzulu ebuka undlovu


"Yazi ndabezitha Min ngyayikholwa lento eshiwo untombenhle akekho umuntu onelungelo lokuganisa umuntu nomuntu angamthandi futh uyabona Nawe ukuthi mdalani nalomuntu okuthiwa uganwe ilengane lukhona okushaya amanzi la Mageba ungasho ukuthi angishongo 
"Mmmh ngiyakuzwa Ndlovu Manje uthi Yonke lento simisa kanjn kubuza uzulu
"Kulula Phela Mageba kumele ukhiphe umbuzo ukuthi ngabe untombenhle yena uyamthanda Yini Lo zakhele wakhona kumele siphume kuyena isinqumo mengamthandike kuzomele uyise wakhe abuyise lomalobolo ekuthiwa ulobole ngawo Kusho undlovu nangampela babuyele ngaphakathi bafike bahlale phansi

Tags

Post a Comment

0Comments

Please Select Embedded Mode To show the Comment System.*

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !