ISOKA LAMI 😊 P60

BankJobsPakistan
0

 ISOKA LAMI 😊 P60


"Manje Bantu bami ngicela ukuzwa ngani ukuth ngibenze njani labantu abangcolisa igama lalesgodi sethu kubuza uzulu engahleki ebonakala nje ukuth udiniwe Kanti nabantu badinwa bagana unwabu ukuzwa lokungcola kwalabantu
"Abafe ababulawe nje ngoba nabo bababulali Kusho umphakathi udinwe uvutha amalangabi

"Cha Sizwe sakithi mina ngibona kuncono ukuth badingiswe nje baphume baphele kulendawo yethu Kusho uzulu 
"Nkosi Yami iside lethu awukalizwa njengoba usuthatha izinqumo nje Kusho umamthembu ecwebisa amehlo
"Okay niyamuzwa ufuna ukuziphendulela khulumake Sizwe Kusho uzulu
"Nkosi Yami cha ngithi angibeke Kahle lendaba ngoba kuzwakala engathi ayifikanga Kahle kuwe mina engikwaziyo ukuth yebo basisola abantu ngokubulala umazondi kodwa satholakala singenacala ingakho singaphandle nje ukuth besihlukumeza untombenhle cha asikwazi lokho untombenhle ngamthatha ukuth azohlala Nathi emzin wami njengoba esefana nengane Yami nje kumina njengoba Nazi nje ukuth sengunkosikaz kababu Zondi okuyise wakhe and umfwethu Lo osecelena kwami akanacala naye ngoba Phela untombenhle Lo ungomkakhe njengoba emlobola nje kuyise wakhe angiboni ukuth icala uma indoda ifuna ukulala nomkayo mina Kusho umamthembu ehubha aluhlaza Amanga lawa


"Hau Ntombenhle ngicela usukume usichazele ukuth lento eshiwo umamthembu iyona yini Kusho uzulu njengoba esukuma nje untombenhle
"Cha Amanga baba ngiphuma esbhendlela ngasengiwashiswa iwashing ngishawa ngishawa isho nangu Buhle Lo sengizolalwa ilendoda eyokuthi ngiloboluwe angiyazi futh angikaze ngibe semathandweni nalomlisa mina engikwaziyo nje ukuth Laba bafuna ukuqeda ngomndeni wami ngoba ngabezwa bethi ubaba uyalandela uzobulawa naye ngaze ngamfonela ubaba ngamtshela singamfonela namanje nizizwelw ukuth ngalobolwa ngampela Yini Kusho untombenhle ekhuluma ekhala nangampela wafonelwa uzondi ebuzwa ngalento 


"📲 Sawubona Zondi ukhuluma ne Nkosi uzulu ngabe uyazi ukuth indodakazi yakho ilotsholiwe kubuza uzulu
"📱Yebo ngiyazi ulotsholiwe u enh

Tags

Post a Comment

0Comments

Please Select Embedded Mode To show the Comment System.*

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !