"Ayyyy ndoda yamadoda asikushiye kuningi ukusmele la sphuma khona sesoxhumana efonin nje bese siletha yena untombenhle ngosuku ozoluthatha Kusho undlovu
"Kanti cha gatsheni lento eyakusasa lokhu okusaya ngo9 ekuseni nje umhlangano uyaqala kuyimanje nje ngizokhipha abafana bami bememezele lomhlngano khona la kulesisgodi kusasa nje ningabuya senibuya naye untombenhle la ngo9 uyaqala umhlangano Kusho uzulu