Home ISOKA LAMI ISOKA LAMI 😊 P50 ISOKA LAMI 😊 P50 BankJobsPakistan September 09, 2023 0 ISOKA LAMI 😊 P50untombenhle acele ifoni yasandile efuna ukufonela ubaba wakhe amnike usandile afone"📲Baba ukhuluma no Ntombenhle "📱Yah Wena Yini weyise Yindaba umtomdala mekuthuma Wena uphume uthi uya endondeni kubuza uzondi ngokudinwa"📲Aybo baba ukhuluma ngani kubuza untombenhle edidekile"📱Musa ukuzenza islima Wena man ulaphi Manje ehhh kubuza uzondi ngokucasuka"📲Baba umaka Buhl akangiphethe Kahle ngibalekile kwakhe bayazenzela nje la Kumina Kwa Buhle uyangishaya makuthi alangishaye futh badayisa ngami kumalume ka Buhle bath ngizoshada naye futh befuna ukulala nami ngenkani ngase ngyabalekake Kusho untombenhle ekhala"📱Wentombenhle awumgitshele Kahle uyintombazane enjani engawufuni umendo ngoba Phela umapume ka Buhl bezokushada lalelake njengamanje buyela ka mamthembu ufike uxolise futh Ngeke indoda ilambe ukhona Wena uzakhele umyeni wakho lokhe kufake ekhanda Hamba uye kuyena ufike umuphe umsuthise ngoba umnyeni wakho akekho omunye ngifuna ukufonela umamthembu ngimbuze ukuthi usufikile Yini emvakomzuzu oyishumi ngike ngizwe kuthiwa awukafiki uzongothola Kahle Kusho uzondi "📲Baba awungizwa abakuthandi labantu kodwa bafuna imali yakho bafuna ukukubulala futh ngicela ungizwe baba Kusho untombenhle"📱Ohhh ubona kunconoke manje kuth uqambe lamanga owaqambayo umamthembu angeke ayinze leyonto oyishoyo uyangithanda Musa ukungena izindaba zabantu abadala Wena okufanele ukwenze ukuthi ubuyele kumyeni wakho njengamanje Kusho uzondi evala ifoni "📲Baba baba hallo usakhona f*ck Kusho untombenhle ezwa ukuthi ubaba wakhe usevale ifoni abuke usandile eceleni kwakhe njengoba eshayela nje"Mmmh sthandwa Sami khululeka Siya ekhaya la esiya khona mgizofika mgikhulume nabazali bami uzoba ryt Wena yabona manje sekwiyiskhathi sabo labantu abakuhlukukezayo ube ungabenzile lutho Kusho usandile ebuka untombenhle aphinde abuke phambili"Kodwa Sandile lento yaqala mzukwane kufika Wena yazi ukube awufikanga nje ngane ngihleli kamnandi no mawami ngyamukhumbula umah makunj Tags ISOKA LAMI Facebook Twitter Whatsapp Newer Older