ISOKA LAMI😊 P49

BankJobsPakistan
0

ISOKA LAMI😊 P49

umamthembu afonele uzondi 
"📲Zondi yabona lengane yakho engafundisekile ngikhuluma nayo ngithi ngicela ingenzele itiye Yona iyaphuma iyahamba okungicika tu nje ukuthi ingitshela emehlweni ukuthi ngeke ilenze lelotiye Yona isaya endondeni yakhe okubuhlungu nje ukuthi uzofaka ingane Yami lengqondo yobufebe

 nokungahloniphi Kusho umamthembu ezikhalisa eqamba Amanga
"📱Ini mamthembu Kanti kumele ngenze njn ngalengane mina YAZI Yini ngizomqondisa mangibuya lapho uzongazi Kahle ngathi usengikhohliwe Kusho uzondi ethukuthele


"📲Eyyyy baba Sengobona ngawe mina usufika bengikufonelela ukukutshela imikhuba yalengane yakho kuphela ungaqhubeka nokwenzayo bye kuvalelisa umamthembu evala ifoni
"mAh mina ngicabanga ukuthi ngyazi untombenhle uyephi akugeji nje uka Zinhle la ekhona Kusho ubuhle 
"Kuzomele sambe syomlanda Kusho umamthembu


Uzinhle usemfonelile usandile njengob efika ngejubane nje 
"Ntombenhle kwenze njn Yini ukhalelani kubuza usandile


"Sandile ngicela sambe Lana ngoba bengafika bezongibheka ngoba bayazi ukuthi ngizwana no Zinhle ngicela sambe Kusho untombenhle ekhala


"Ntombenhle obani labo ukhuluma ngani kubuza usandile
"Umaka Buhle Sandile no mfowabo bazofika Sandile ngicela sambe Kusho untombenhle


"Okay okay asambe Kusho usandile evula iscabha semoto engena untombenhle Zinhle mina no ntombenhle Siya ekhaya ngqo ebukhosini ngathi sekwiyisikhathi sokuthi lomama ongumamthembu ajeze sizoxhumana ngefoni Ngyabonga ngakho konke Kusho usandile egibela emotweni ehamba  bathe besanda kuhamba nje osandile kwafika umamthembu no zakhele Kanye no Buhle bethi bazobheka untombenhle
"We Zinhle Uphi lomnganakho ongasile kubuza umamthembu ehlinile
"Sawubona Nawe Maka Buhle ninjani nibuza Bani ngoba umnganami ongasile Kade sahlukana naye Kusho uzinhle ebuka ubuhle


"Yeeywena ngithi muphi untombenhle kubuza umamthembu esediniwe
"Angimazi imana engabe ngimbuza kunina ngoba usehlala Nani nje Kusho uzinhle ehlinile

Post a Comment

0Comments

Please Select Embedded Mode To show the Comment System.*

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !